|
Izandla
Ezingingi zenza umsebenzi olula zilethe nethemba
Enye yezinhloso zikaHIVAN ukuxhasa ukwakheka
kobudlelwane phakathi kwabantu kanye namaqembu
avela emkhakheni eyehlukene ukuze izinhlelo zokusiza
abahlukunyezwe ingculazi ziqale futhi ziqhubeke.
Indaba
egcwele
Isikhwama
sezintandane
Lesisiskhwama sakhelwe ukubhekelela izinkulungwane
ngezinkulungwane zezingane ezilindeleke ukuba
zibe izintandane ngenxa yengculazi eminyakeni
emibalwa ezayo. Sakhiwe ngokubambisana phakathi
kwamaphepha ndaba, uHulumeni kanye nezinkampani
ezizimele, ngenhloso yokuhlanganisa izimali ezidingakalayo
ekunikeni usizo lokunakekela inani elikhulayo
ngenxa yengculazi.
Indaba
egcwele
Imiphakathi
yezinkolo ihlangene nesifo sengculazi
Sebezuze lukhulu eUganda ekulweni nesifo sengculazi.
Ngonyaka ka 1993, inani labantu abebenesandulelangculazi
belingu 30% - obekuyinani eliphezulu emhlabeni
wonke – kodwa ngonyaka ka2003 lelinani lehle
laba ngu 6.5%.
Indaba
egcwele
Ubulili
nengculanzi inagbe kunani?
Igama ‘ubulili’ liyadida. Kubantu
abaningi, ‘ubulili’ buphatha abesimame,
kanti empeleni kuphathelene nezinto ezenzeka kubantu
besimame nabesilisa, okusho ukuthi into yawowonke
umuntu: umsebenzi owenziwa abantu, imali abayiholayo,
imisebenzi abanikezelwa yona kanye nobudlelwano
abanabo konke okuholwa amasiko aphatha abantu
besilisa nabesifizane ngedlela engafani.
Indaba
egcwele
Umcwaningi
wakwaHIVAN ubekwe esihlalweni socwaningo lwezemithi
yokugoma kwi-CAB yakwa MRC
Ngenyanga ka March, uNicola Stanley ovela kwa
HIVAN ohlangothini lokuxhumana nocwaningo, wabekwa
njengomphathi zimali lokwaluleka lomphakathi ophikweni
locwaningo lwezemithi yokugoma.
Indaba
egcwele
Buza
kongcweti: Ukunakekelwa kwezintandane ezinesandulela
Ngculazi
Nginakekela izintandane ezinesandulela ngculane.
Ngiyazi ukuthi umuntu kumele aqaphele amagciwane
futhi agcine inhlanzeko ukuze izingane zingatholi
okunye ukugula. Ngingenzenjani uma besha, beklwebheka
bethola nemihuzuko?
Indaba
egcwele
Ibhuku
elisha lamakheli ezinhlangano ezilwa nengculazi
Kwimizamo yokuxhasa nokuqinisa imisebenzi esungulwa
umphakathi ekulweni negciwane lengculazi kwisifunda
sa KwaZulu-Natal, uHIVAN neKwaZulu-Natal Church
AIDS Network (KZNCAN), bahlanganyele ndawonye
ekushicileni incwadi yamakheli ezinhlangano ezilwa
negciwane lengculazi okuthiwa yi - HIVAN/KZNCAN
lika 20003.
Indaba
egcwele
Sondela
eduze!
Ingqungquthela Yengculazi Yasemzansi Afrika ka
2003 – Ingqungquthela Ehlukile, Ezokwenza
Umehluko…
Indaba
egcwele
|
The printed version of HIVAN's Community
Newsletter, Sondela, is printed by Human
Scale Printers - (031) 912 2910/11. Layout
Artist: Thula Ngcobo
|
|