| UMKHAKHA WEZEMFUNDO
UCWANINGO LUSEBENZA
Umoya wangale kwempucuko, ukuqonda okufundileyo
nokunobufakazi

Inyuvesi yakwaZulu-Natali ibikhombisa ngocwaningo
ngosuku olwandulela usuku lomhlaba wonke lwengculazi.
Izinkulumo nezingxoxo zethula izihloko zocwanigo
nezinhlelo phakathi kweminyango ethile eNyuvesi.
Ucwaningo lwesayensi yomphakathi nolwemithi nokwelapha
lwethula kanye nezinto zezepolitiki yomphakathi
nezemithetho ezibalulekile.
Enkulumeni yosuku esihloko sayo sithi “isandulela
ngculazi nengculazi, isayensi, itechnology kanye
nokusungula – izinto ekuxazululeni inkinga”,
u Dokotela Adi Paterson wakhuluma ngamazinga okwenza
ucwaningo nokulashwa kwabaguliswa yingculazi.
Ekhuluma ngemiphumela yengculazi kwezenhlalo udokotela
Peterson wabuza ngezinto eziqguqguzela ukuba nokukhetha
amagama ekutholakaleni kokwelashwa. Isibonelo
kwaba ukupakishwa kwemithi yengculazi ukuvikela
ubuniniyo bezinkampani okwenza kube nzima ukunika
isiguli iphilisi elilodwa elinazozonke izinto.
Udokotela Peterson waphakamisa ukuthi kube nezindlela
ezikhetha isiguli ukuze kutholakale imithi ngokulingana.
Kuyaxhumana-ke nenkulumo mpikiswano emayelana
namanani okudayisa nokunikwa kwemithi eNingizimu
Afrika.
Ekhuluma ngokwehlukana ngakwelinye icala, udokotela
Peterson wachithela phansi umoya wangale kwempucuko
owenza wonke amazwi alingane ocwaningweni nasentuthukweni.
Ngesikhathi evuma inkinga yokulalela nokuxoxisana
namazwi ahlukene, udokotela Peterson wagqugquzela
ukuqonda okunobufakazi, ukuze kulwisane nokuphatha
kkwpolitiki okuthi isayensi ingamela ukuxhumana
okuvalelekile.
Ngokuchitha “isayensi kufanele ixhumane”,
wagqugquzela ososayensi kuyo yonke imikhakha ukuthi
bamukele umoya wokuyaleza owandisa ukufunyelela
olwazini ngokulingana, bese kuba nezwi elinolwazi.
Ikakhulukazi waphakamisa ukuchithwa ukwanda kwemiyalezo
yebesilisa ekhiqizwa emibhaleni yengculazi.
Emoyeni wokubambisana udokotela Peterson wanxusa
ososayensi ukuthi balwisane nemibono ebeka uxhaso
lwemijovo yomphakathi enkingeni nemijovo yezemithi.
Waphakamisa inkulumo mpikiswano nokubuyekezwa
kwezinye izinhlobo zokuqonda, udokotela Peterson
wabizaososayensi ukuthi basuke ekuchazeni ukuhlanganisa.
Waphetha ngokuthi “indima yososayensi ukuthi
baqhubeke babuze imibuzo yamandla aphilayo nadlulisekayo.
Ekudingideni lezindaba nababehambele umhlangano,
uVicci wagcizelela ukubaluleka kokubambisana,
ikakhulukazi ukubambisana okusondelene. Ubudlelwano
obusondelene bunamandla okuba izingxenye ezibalulekile
zokuhonsa inselelo ezakhiweni ezikhuthaza ukucwasa
kanye nobandlululo. Ugxeke umehluko phakathi kwempilo
yasemphakathini kanye neyangasese ekhuthaza ukunikwa
amathuba emsebenzini, kodwa ikhuthaza ukwephucwa
amathuba ekhaya.
Wagqamisa izinhlaka eziyisihlanu ezengamele izinhlelo
zaseAfrika eseNingizimu zokuvikela ingculazi azibone
ngesikhathi eyilungu laleliqembu. Eziningi zazicwasa
ngobulili, zindikindiki ngezobulili noma zicophelela
ngezobulili uma kubhekwa injongo yazo. Zimbalwa
izinhlelo ezikhuthazayo noma ezikhuthaza ushintsho.
Ekusukeni ezimweni lapho abanye “benamandla
phezu”, ukuya ezimweni lapho amashoshozela
oshintsho “enamandla oku”, waphonsa
inselelo kwabebekhona ukuthi basebenzise izindlela
zokukhipha imiyalezo ezibhekelela izindlela namasiko
ehlukene ezokuziphatha kwezocansi.
U Dkt Ayo Olowalagba, Isekela Nhloko: Ezempilo
eThekwini, kanye noJabulile Madondo, uMphathi
we eThekwini AIDS programme, wagcizelela ukuzinikela
kukahulumeni ezinhlelweni ezikhuthaza ukuthi umphakathi
ufinyelele olwazini, ekuqeqeshweni kanye nakwizinsiza.
<<Back |