HOME
hiv911
Search the database online or call the HIV911 helpline

Search ARTICLES/RESOURCES
By: Title  Title & Body   And/Or: Or  And   eg. HIV/AIDS, nutrition


HIVAN’s community Newsletter
HIVAN’s sectoral networking brief
Forum Reports

Events Diary
Funding Opportunities
HEART

Site designed and maintained by Immedia

Sondela eduze…

Iqembu lika-HIVAN likuthatha, wena mfundi, njengobalulekile kakhulu emzabalazweni wokulwisana nengculazi negciwane layo (HIV/AIDS). Izinkinga ezibangwa yi HIV/AIDS siyozixazulula uma sizwana, sibambene futhi sicobelelana ngolwazi, amasu kanye nobuciko.

Sininikela iSONDELA kini nemiphakathi yenu njengemizamo yokuhlanganisa abantu, izinhlangano, nezinhlelo ezahlekene enizifisayo. Iqhaza lenu lamukelekile noma likusiphi isimo. Sazise ngesimo, umsebenzi, ubuqatha, ngoxhumene nabo, ngokufundile (isipiliyoni) noma ngokucabangayo ngalencwadi ndaba (SONDELA). Kungabe kukhona ofisa ukukuphawula ngokuxhumanisa okuyimpumelelo, ukwelapha nokunakekela noma indlela ehlakaniphile yokusiza abadingayo? Siyoshicilela okufisayo, ngokusemandleni ethu, ngethemba lokuthi bakhona abazosizakala ngolwazi onalo.


Joyina isigcinim'niningwane sethu

I-HIVAN ihlela isisgcini'mniningwane samagama nezinhlelo ezenziwa ngabantu noma izigungu abakuzo mayelana ne HIV/AIDS KwaZulu Natal. Sifisa ukwenza irejista itholakale kubantu abaningi ukuze noma ubani odinga ukuyisebenzisa akwazi ukuyithola kalula. Le-rejista isebenziseka kwi-website kanye neshicilelwe ephepheni. Uma ufisa ukuba igama lakho libe kwirejista noma kukhona omaziyo ofisa ebekhona, thintana nathi. Okunye futhi, uma ufisa ukuthola amakhophi amaninganyana kaSONDELA, noma wazi ngezinye izindawo eziwundingayo, sicela usazise

Sondela eduze! Sithinte:

Ngeposi: SONDELA
c/o HIVAN (Centre for HIV/AIDS Networking
University of KwaZulu-Natal, Durban 4041

Ngocingo: 031 260 3195
Nge fax: 031 260 3169
Nge e-mail: community@hivan.org.za

<<Back

 

© Centre for HIV/AIDS Networking 2002 - 2005. All rights reserved. No reproduction, distribution, dissemination or replication of the contents hereof may be undertaken under any circumstances without the express prior written consent of HIVAN. All users acknowledge that they have read and understood our Terms Of Use. Contact Us by clicking here or reach the Webmaster by clicking here.

Please view this site with the latest versions of Explorer or Netscape